unuhle bentombi Flashcards
ikhuluma ngani
Le nkondlo ikhuluma ngothando ngoba imbongi ithanda intombi enhle yakwaZulu.
indikimba
Uthando ngoba imbongi ikhombisa umuzwa wothando ewuzwayo uma ibona intombi yakwaZulu.
“Ngithe ngizama ukuyiqabula manqa!”
uhlobo
llirikhi- ngoba imbongi iveza imizwa yayo yothando.
umoya/isimo
oxubile
ekuqaleni, imbongi ivezwa inomoya wothando nowokuncoma kodwa uma inkondlo iyaqubheka, ivezwa imizwa yokuphoxeka
isifundo
Sidinga ukukhetha amagama esiwakhulumayo ngoba angazwisa abanye abantu ubuhlungu.
Manqa
izenzukuthi
ukunamathela kwento
bhuqe
ukuba mnyama kakhulu
izenzukuthi
wo-hhe
isibabazo
iveza umuzwa wokuphoxeka/ wokudumala
ndini!
isibabazo
Ndini!- uveza umuzwa wokudelela
Ukuthinta emanonini
ukujabulisa
Libafazi bedube inyama
izulu libi lifuna ukunetha
Ukusika ukhasi
ukudlisela
Ukunganaki
ukungabi nandaba
Ukuthinta isixhanti sezibonkolo
ukuthinta into eyingozi
Umzwilili
Iphimbo elimnandi Umuntu ocula kahle