ngikhathele ngidiniwe Flashcards
isihloko
ngikhathele ngidiniwe
umqondofana :ngidiniwe
ngicasukile
umqondofana:ubhici
ububi
umqondofana:isici
isitho
isilingo
isikhubekisa
umqondofana:esibhacekwe
esibekwe
nameka
namathisela
umqondofana:uyinkathazo
uyinkinga
uyisicefe
uyisihlupho
umqondofana: mabonakude
thelevishini
umqondofana: udoba
uheha, ulutha,uyenga
umqondofana:mfishimfishi
umbhedo, izinto engabalulekile
umqondofana: vucu
udoti, izinto ukungenisidingo
umqondofana:bebila
bathukile,baqhaqhazela, bajuluke /alt ngoba abagezi
umqondofana:ayizwani
ayifanele,ayithandi
amehlo ami agcwele ubhici
ihaba, amehlo bakhathele, imbongi akaboni kahle
mapopayi
ihaba, izinto ezamanga
Ukukhala kwesivalo sentshebe –
Ukuqhamuka kwezinto ezingemukelekile
Ukugqolozela
Ukubuka endaweni eyodwa isikhathi eside
bahlale bebila
Abahlale benovalo / bethukile
uhlobu
iyisathaya- iyagxeka,ikhononda ngomabonakude
isonethi-inemigqa eyishumi nane
iyilirikhi- imbongi iveza imizwa yayo
umlayezo
qaphela uma sisebenzisa izinto zokuxhumana nobuchwepheshe besimanje, lezi zinto ziyaluthana futhi zingasenza sikholwe yizinto ezingekho.Musa ukuhlala ukubuka umabonakude- uzokwenza uvila
ubhici
lolu lwelwe lungadalwa ukubuka endaweni eyodwa isikhathi eside
ungaboni ngokucacile uma ukhathele noma uma uvuka ekuseni
amavila
Abantu abanqena ukusebenza noma
ukucabanga
abagezi
bahlala kuphela
ngi in isihloko
kusivezela ukuthi yimbongi
le ekulesi simo sokukhathala kanye nokudinwa
izifenqo: uyinkathazo
isingathekiso
izifenqo:udoba izingane
ukwenzasamuntu