iqiniso liyababa Flashcards
ukushaya ngezimfishane
Ungakhulumi into ende
ukubuka ngelemamba
ukubuka kabi umuntu
ukuhlaba ngentshozi
ukubuka kabi umuntu
ukuhlaba umkhosi
ukubiza abantu
umuntu okungathi udla izinyoka
umuntu omumbi kakhulu
ukugqibelana
ukudinwa ngaphakathi
ukuthukuthela
ukudinwa ngaphakathi
ukuthemeleza
ukukhuluma ungaqedi into umbhedo
ukungqumuza
ukuxoxisana ngendaba
ukusika elijikayo
ukunenezela kulokho okukhulunywayo/okuxoxwayo
ukuhhema
ukukhuluma umbhedo
ekhanda akuhambi kahle
uyahlanya
ukuthemba itshe kunomuntu
ungamthembi umuntu
umshiza waba ukudla kimina
ukushaywa njalo
ukudwala
ukungezwa lutho
ukunyakazi
injobo ehle ethungelwa ebandla
Ukukhuluma indaba nabantu ngoba unenkinga udinga usizo
imbizo
umhlangano
isigubhukane
ngokushesha
idwi
Iselesele/ ixoxo
umbhedo
intimbothi/ imbude/ imfeketho
obondeni
odongeni
kuhlaluke
kucace
mazinyo
mathupha/ ngokwenu
exhibeni
ekhishini