isihlahla somnduze Flashcards

1
Q

Ikhuluma ngani le nkondlo?

A

Le nkondlo ikhuluma ngothando lwezithandani ezithandana kakhulu- Woza sithandwa senhliziyo yami.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
2
Q

Indikimba

A

Le nkondlo inendikimba yothando ngoba imayela nothando lwezithandani
ezimbili ezingenza noma yini ukuthi zibe ndawonye futhi zihlale zithandana.

“Woza s’thandwa sami”

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
3
Q

umoya

A

inomoya wokujabula ngoba kuyajabulisa ukuba sothandweni- Bese kuthi cosololo.
NOMA
inomoya wothando ngoba imbongi ihleli nesithandwa sayo ngaphansi kwesihlahla , bakhulumana ngothando

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
4
Q

uhlobo

A

iyilirikhi ngoba imbongi iveza imizwa yayo yothando lwesithandwa sayo.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
5
Q

isifundo

A

lapho kukhona uthando nendlela ikhona.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
6
Q

Nqampuna

A

yikha

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
7
Q

Ngondle

A

ngidlise

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
8
Q

Nxashana

A

ngesikhathi esithile

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
9
Q

Cosololo

A

isenzukuthi esiveza umuzwa wokujabula kwenhliziyo

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
10
Q

Ufasimbe

A

ukungaboni kahle emehlweni

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
11
Q

Ukugoba amadlangala

A

ukuphumula

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
12
Q

Isikanekiso

A

umfanekiso

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
13
Q

Sengiphelele

A

ukwaneliseka

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
14
Q

Ukukhehleka amadolo

A

ukukhathala

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
15
Q

Ukufulathela

A

ukushiya into ngemuva

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
16
Q

Ukuduka nezwe

A

ukulahleka

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
17
Q

Ukugijimisa imizwa

A

ukujabulisa

18
Q

Isibibithane/ isilokozane

A

ukukhala

19
Q

Ukugeleza kwezinyembezi njengezimpophoma

A

ukukhala kakhulu

20
Q

Amathantala

A

amanzi amaningi

21
Q

Ukwanga

A

ukuqabula

22
Q

Ukunenephula ngezandla

A

ukubulala ngezandla

23
Q

Ukuzilahla kunina

A

ukushona kwelanga

24
Q

eBhodwe

A

iTheku (KwaZulu Natali)

25
Q

Isihlahla somyezane

A

isihlahla esinamagatsha alengela ezansi

26
Q

ukucola

A

ukunikwa isicoco

27
Q

Amadlingozi

A

imizwa elethwa injabulo

28
Q

Ukuhlabana

A

ukuwina

29
Q

Niyadela

A

niyajabula

30
Q

Isiponono

A

isithandwa

31
Q

imbongi ikuhphi nendawo

A

Ngaphansi kwesihlahla somnduze

32
Q

chaza imbongi

A

isa mathandweni ikhuluma kakhulu ngalo muntu akamthandayo futhi ngawe wona thando.

33
Q

sengiphelele lapha kuwe sithanswa sami

A

Imbongi ayidingi ezinye izinto. Uma usendawonye nesithandwa sayo, ujabulile.

34
Q

imbongi izolwenzani ucezu lwembiza

A

Uzoyigcina ukukhombisa izingane zakhe

35
Q

ibhubheso nengwe kumeleni kule nkondlo

A

ingozi

36
Q

nambitha (a line in poem that matches sense)

A

kuthi nxashana usuwushutheka emlpnyeni kimi

37
Q

buka (a line in poem that matches sense)

A

sihale sibuke amafu amhlophe namnyama

38
Q

Ukuphatha kwale ntokazi imbiza kuchaza ukuthi yabe iya kuphi futhi iyokwenzani?

A

waya emfuleni ukwakha amanzi

39
Q

Yini lena imbongi esihlabene ngayo?

A

ngesithandwa sayo

40
Q

Kukuphi eBhodwe?

A

eThekwini

41
Q

Imbongi ifuna abantwana abanjani futhi kungani?

A

ufuna amantombazane futhi ufuna zishade amaqhawe ngoba onesibindi azobavikela

42
Q

isifaniso

A

Isho ugubhe kuhle kwamagagasi…
…Zigeleza njengezimpophoma
Njengawesihlahla somnyezane