injabulo Flashcards
uhlobo lwenkondlo
iyilirikhi ngoba imbongi iveza imizwa yayo ngenjabulo nokungumuzwa ewuzwa kuyo ngaphakathi.
indikimba yenkondlo
Injabulo ngoba imbongi ikhuluma ngomuzwa enawo wokujabula.
umoya wenkondlo
umoya oxubile:
umoya wokujabula ngoba imbongi iwuveza lapho ichaza khona indlela ezizwa ngayo ngenxa yento ethile engaphakathi kuyo neyisisusa sokujabula kwayo
umoya wokwesaba: ukuthi ngelinye ilanga injabula ingase isuke kuyo.
isihloko senkondlo
Isihloko sale nkondlo sichaza umuzwa omnandi ongaba kumuntu noma esilwaneni. Igama ”injabulo” yigama elingenabo ubunye noma ubuningi ngoba liyibizo simo elithathelwe esenzweni “-jabula”
umlayezo
injabulo ayizuhlala khona njalo, kumele uyijabulele uma isekhona
injabulo
maye!
isibabazo sokuveza ukuthuka nokudideka
uzinze khona
uhlala khona
uvalo
ukwesaba
kuduma izimpophoma
sound of waterfalls- ihaba - kuduma isisu
Amanzi ageleza entabebeni
kuqande amanyikwe
feel butterflies- imbongi ishaywa wuvalo
ngiyacambalala
ngiyalala
sidla ingevu
siyaxoxa
amahlaya
jokes
amancoko
sishelela
smooth
igumbi
ikamelo
mfihlo
injabulo enginayo