isiqhingi saseRobben Island Flashcards
Isiqhingi
Indawo ewumhlaba enkankwe ngamanzi
Ukutshiloza
Ukuba wedwa
umsindo yenyoni
Ukuvuthuza
Ukushaya
Ukungqwala
Ukushintsha kombala ungabe usabukeka njengakuqala
Ukubungazwa
ukujabulela
Ukushabalala
Ukunyamalala/ ukuphela
Ukushaya indiva
Ukungayinaki into/ ukuziba into
Ukuqoka
Ukukhetha
Ukujivaza
Ukwehlisa umuntu isithunzi/ ukubukela umuntu phansi
Ukuthena
Ukuqeda amandla
Ukufukamela
Ukuvikela
Iqhawe
Umuntu onqobe izinto eziningi
Ingwazi
Isikhokho/ umuntu ovelele/ umuntu owaziwayo ngento ayenzayo
Kwantu
Indlu yakithi emnyama/ abantu bakithi
Ukuthukuthela
Ukucasuka/ukudinwa
Ukuthela
Ukufaka
Izipele
Isipelingi
Ukuba unhlenhle/ ukuba ungqeqhe
Ukuhlakanipha/ ukwazi izinto
Ukuhlambisa/ ukuhlamba
Ukugeza
Intelezi
Umuthi wokuzivikela noma wokukwenza ube namandla
Ukuthelwa ngezibonkolo
Ukungabambeki/ ukungavimbeki
Inqaba kayitshelwa
Into eyisimangaliso
Amashoshozela
Abantu abahamba phambili makwenziwa into
Udumo
Ukwaziwa