indoni yamanzi Flashcards
indoni
isithelo esinsomi esithela esihlahleni somndoni esimila eceleni kwendawo enamanzi
indoni yamanzi
umuntu owesifazane omuhle omnyama
wakhepezula
ukushesha
ngomanyalo
umquba
munca
donsa
ikhethelo
into eyigugu
uthotho lwamazinyo
amazinyo amhlophe amahle
beluhlala lubanika
uhlezi umamatheka
anconde
-ukuma ngendlela ukufuna ungabonakali
-bazobe bemangele futhi bethuka kancane
ecezwa
ukujega
ukuncibilika
ukushintsha kwesiqinile sibe ukutshezi ngenxa lokushisa
ubungumdondoshiya
isingathekiso
umuntu omude omkhulu
ulishiye igade
ukubekele phansi umhlaba /ukuhambela phezulu
uhambele phezulu
uhambe ubude futhi uziqhenye
uwubhensele
-uyaziqhenya
- ukuhamba kube sengathi uyaqhosha
useliklume
isithelo esingavuthiwe
kwelokhokho
ezulwini
ifa
umcebo
usugqishazela
ukukwenza umsindo
wawunyathele ngabantwana
ukuba nezitho ezinhle
isiphethu
umsuka wamanzi
isitsha esihle asidleli
abantu abenza okuhle abaphili isikhathi eside
ukuphelelisa
ukwenza into ethile nokugcwele
kwelizayo
ezulwini