izifungo Flashcards
isingeniso
sihle ngoba sethulelwe umlingiswa osemqoka uZethembe
uvela nenkinga abhekene nayo yokuvakashelwa inkosikazi yakhe yokuqala uBuhle owadlala ngaye kakhulu, ufuna ukubuya empilweni kaZethem sucela uxolo.
izenzo zikaBuhle
wadlala ngoZithembe
engaziphathe kahle
edakwa
edayisa umzimba
engahloniphi umuzi wakhe
wakhipha nezisu zakhe kwaba kabili
isimo senhlalo
asisihle
sibona ubuhlungu besehlukaniso nokuhlupheka nokuziphatha kukaBuhle
uBuhle ukhala kakhulu
uZethembe uyamxosha uBuhle emzini wakhe
indawo
edolobheni elokishini laseMlazi eThekwini
uBuhle uphila impilo eyenzeka endaweni yasedolobheni
-amaphathi
isikhathi
isikhathi samanje
izimoto zikanokusho
ukukhipa isisu ngendlela evikelekile
izigcingo
Indlela uBuhle ayeyiphila ukuthi.
izindikimba
uthando
inhlonipho nokuziphatha
indikimba uthando
isihloko sithi izifungo - zenziwa uma kushadwa abantu ngoba bethandana
uZethembe uthande uBuhle wambekezelela noma ayenza zonke lezi zinto ezimbi
uZethembe uthanda unkosikazi wakhe uNoziphp nendodakazi yabo uZinhle
indikimba inhlonipho nokuziphatha
uBuhle wayengaziphethe kahle
wayengahloniphi umbyeni wakhe
wayengahloniphi izifungo abs
abazenza
uZethembe wayeyindoda eziphethe kahle efuna ukuhlala kahle nomndeni
wayehlonipha inkosikazi yakhe nezifungo
udweshu lwangaphandle
uZethembe noBuhle bephendulana ngamagama. uBuhle useze uqanganisela uZethembe
udweshu lwangaphakathi
uZethembe ucabanga ngezizinto azenziwa uBuhle emhlwkanisa nabantu uyazibuza ukuthi nguye ngempela uBuhle , futhi kumele enze njani?
Zethembe
ungumunto olungile -wavula uBuhle umnyango
unothando- uthanda unkosikazi wakhe
ungumunto obekezelayo- wamxolela uBuhle
ungumuntu onolaka - uphethe isibhamu
unesibindi ekugcinenei- wafaka isehlukaniso
uBuhle
akaziphatha kahle - ududana nabangane, ubuya ekhaya ekuseni, uphuza utshwala, udayisa umzimba
akahloniphi umyeni,umshado nomuzi
Uzicabangela yena yedwa ngoba waphatha kabi uZethembe kodwa manje usefuna ukuthi babuyelane.
uNozipho
uyikholwa -wayeye enkonzweni yabantu besifazane kaJulayi.
unenhliziyo enhle - utshele umnyeni wakhe ukuthi axolele uBuhle
unothando uyathembisa umyeni
uyamhlonipha umyeni
isihloko
sihle siyahambelana ngoba sithola ukuthi uBuhle ubalisela uZethembe ngezifungo abazenzayo kodwa nguyena uBuhle owaphula lezo zifungo
isiphetho
sihle ngoba inkinga uZethembe abenayo yokubaliselwa uBuhle iyaxazululeka futhi yena noNozipho baqhubeka bahlale kahle