icala Flashcards

1
Q

itshwele

A

ingane

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
2
Q

ngoduso

A

umuntu ulotsholiwe okusele usuku lomshadu kuphela

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
3
Q

yafika ezindlebeni

A

ukuzwa indaba

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
4
Q

ukuthukuthela ugane unwabu

A

ukucasa kakhulu

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
5
Q

kwagoqanyawo

A

ukubulala

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
6
Q

incwasimende

A

umuntu ozithandayo, ohlanzekile futhi ogqoka kahle

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
7
Q

ukwethula udaba

A

ukubeka/ ukusho indaba

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
8
Q

ukuthela ngesibhaxu

A

ukushaya

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
9
Q

isibhamu

A

ivolovolo

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
10
Q

ukubhula umlilo

A

ukwehlisa umoya phansi

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
11
Q

.ukuphuma ngesamagundane

A

leave quickly
phuma ngokushesha

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
12
Q

ukungathi vu indaba

A

ukuthula

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
13
Q

okunuka santungwana

A

khona into engahambi kahle

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
14
Q

kwanhlanga zimuka nomoya

A

kwafana/ akukho mehluko

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
15
Q

ukuphumela obala

A

ukukhuluma iqiniso

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
16
Q

5.ukuzulelwa amanqe

A

ukuba sengozini

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
17
Q

ukukhihla isililo

A

ukukhala kakhulu

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
18
Q

ukuthelelana amanzi

A

ukuxolelana

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
19
Q

buchitheke bugayiwe

A

konakele/ kubhede/ kumosheke

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
20
Q

uyindlamanzi

A

uyisidakwa

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
21
Q

ukuduma kwekhanda

A

awuqondi

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
22
Q

ingqondo yayime nse

A

awuwazi ukucabanga

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
23
Q

vembu

A

ukusukuma ngokushesha

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
24
Q

bamncintsha amehlo

A

abambheki/ bashalaza

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
25
Q

ukusho ngengila

A

ukumemeza

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
26
Q

ukushaywa uvalo

A

-

27
Q

isilonda esingephole

A

wound that will never heal

28
Q

incwasimende

A

umuntu ozithandayo, ohlanzekile futhi ogqoka kahle

29
Q

obishini/ ubishi

A

inkinga

30
Q

udaba

A

indaba

31
Q

uzakwabo

A

abantu abasebenza naye

32
Q

ukumcika

A

ukucasula

33
Q

ngizomala

A

ngizomyeka

34
Q

umunyu

A

ubuhlungu

35
Q

umthunzi wezinkukhu

A

insangu

36
Q

ixhala

A

ubuhlungu

37
Q

ukuveva

A

ukuthukuthela

38
Q

emoyizela

A

ukuhleka

39
Q

uthishanhloko

A

uthishomkhulu

40
Q

ukutheleka

A

ukufika

41
Q

Ukubambelela esihlathini kuveza muphi umuzwa

A

kuveza ukuphoxela,ukumangala,
ukudabuka,ukuhluleka,ukudumala,ukucasuka

42
Q

Usebenzaphi uSibusisiwe FUTHI wenzani

A

usebenza e eMpumalanga e uXolo Phambili High School unguthisha

43
Q

Isoka layenzani intombi yalo uma lizwa indaba kathisha?

A

wam’bhetha futhi layisa esikoleni

44
Q

Kungani bebiza intombi yesoka “itshwele”?

A

ngoba uyingane njengetshwele

45
Q

Isoka lingumuntu onjani?

A

uyisidakwa, uyindlamanzi,uyisigebhengu,uyisikhotheni

46
Q

Ngubani isithakazelo sikaThamsanqa?

A

Ndosi

47
Q

UThamsanqa nabangane bakhe babephetheni ukuyoxolisa esokeni?

A

utshwala,izidakamizwa nemali

48
Q

Kungani bebiza isoka “indlamanzi”?

A

ngoba udume kabi elokishini uyadla amadakamizwa futhi wabulala abantu

49
Q

Isoka lathi licelani kuThamsanqa?

A

isoka lathi licela izinsuku ezimbili nengoduso kaThamsanqa uSibusisiwe

50
Q

Bahlanganela kuphi uThamsanqa, uSibusisiwe nesoka?

A

endlini yesoka

51
Q

imibuzo emithathu eyabuzwa isoka uThamsanqa.

A

“naniqale nini ukuthandana?” “beniwasebensiza amakhondomu?” “senake naya ocansini?”

52
Q

Sithini isigwebo sikaThamsanqa?

A

kumele anike isoka uSibusisuwe izinsuku ezimbili

53
Q

Yini ingoduso?

A

umuntu ulotsholiwe okusele usuku lomshadu kuphela

54
Q

Lezi zindaba “UMZUKULU” futhi “ICALA” zinesiphetho esifanayo. VUMA noma uphike bese usekela impendulo yakho.

A

Yebo, bayafana banesigwijikhwebu. Endabeni icala, Sithola ingwijikhwebu ngoba uThamsanqa uyazidubula, uyashona ngoba akafuni ukunika isoka ingoduso yakhe izinsuku ezimbili.Endabeni umzukulu, inegwijikhwebu, besingalindele ukuthi uSidumo uzoboshwa ekugcineni angabe esayithola le mali ayeyifuna kumkhulu wakhe.

55
Q

Ezindabeni “UMZUKULU” futhi “ICALA” abalingiswa benze amacala. Xoxa
ngamacala (crime) abawenzile ngokwezindaba

A

Endabeni iCala, uThamsanqa wathandana nengane yesikole. uThengele isoka izidakamizwa ngoba efuna ukusula icala. Isoka lishaye intombi yalo. Isoka nabangani balo baye esikoleni nezibhamu.
Endabeni uMzukulu,uSidumo uyisigebengu esibamba inkunzi. USidumo nabangani bakhe benze icala ngoba babeshaya futhi bantshontsha imali yalo

56
Q

Izindaba “UMZUKULU” futhi “ICALA” zinendikimba yoBUGEBENGU

A

uThamsanqa wathanda nengane yesikole, isoka kalengane uyindlamazi , uyisidakwa futhi wabulala abantu. uSidumo nabangane bakhe bayagebhengu, babanja inkunzi futhi, bayatshontsha futhi bayabulala abantu.

57
Q

indikimba ubugebengu

A

Isoka laziwa ngokubulala nokudla izidakamizwa.
Bafika nezibhamu esikoleni befuna uThamsanqa.
UThamsanqa ubefuna ukuthengela isoka iphilisi, isidakamizwa ukuxolisa

58
Q

indikimba ukuthembeka

A

UThamsanqa ukhombise ukungathembeki kuSibusisiwe, nengane yesikole

59
Q

indikimba ukuhlukumezeka

A

Isoka lishaya intombi yalo ngoba ithandana nothisha, uThamsanqa.
Isoka lifuna ukulala nengoduso, uSiBusisiwe, ukusula icala elenziwe uThamsanqa.
Uzothwala isono esenziwe indoda yakhe.

60
Q

indikimba ukuxolelana

A

USibusiswe akaxoleli uThamsanqa lokho kwenza ukuthi azibulale ekugcineni.

inzondo/ uthando/ izinqumo)

61
Q

isifundo

A

Ukuhloniphana (respect) ubalulekile.
Endabeni uThamsanqa ukhombisa ukungahloniphi uSibusisiwe, ingoduso yakhe ngoba uthandane nengane yesikole manje isoka lifuna ingoduso yakhe izinsuku ezimbili ukusula icala UKUJEZISA uThamsanqa.USibisisiwe usezothwala isono sikaThamsanqa.

Ukuthanda izinto kungafaka abantu abaningi

62
Q

isihloko

A

siyahambelana nendaba ngoba sithola uThamsanqa ebekwa isoka icala lokulala nomama wengane yalo ingane yesikole “itshwele”
futhi uthola isigwebo (sentence) ngesenzo sakhe.

63
Q

ivuthondaba

A

UThamsanqa ucela uxolo esokeni
Isoka licela uThamsanqa amnike ingoduso yakhe izinsuku ezimbili ukusula icala (isigwebo).
esokeni.

64
Q

isiphetho

A

Sithola ingwijikhwebu ngoba uThamsanqa uyazidubula, uyashona ngoba akafuni ukunika isoka ingoduso yakhe izinsuku ezimbili.

Akafuni ukubhekana nenkinga ayiqalile yokuthandana nentombi yesigebengu ubona kukuhle azibulale.