Ngangingedwa oKhalamba Flashcards
it was dark
kwakumnyama
I was alone
ngangingedwa
it was quiet
kwakuthule
the weather was cold
izulu lalimakhaza
the cries of the baboons
ukukhala kwezimfene
in the big forest
ehlathini elikhulu
I still couldn’t see
ngangingasakwazi ukubona
one thing
nento eyodwa
in front of me
phambi kwami
my clothes were wet
izingubo zami zazimanzi te
I didn’t know what I would do
ngangingazi ukuthi ngizokwenzenjani
I shouted a lot
ngangimemeza kakhulu
but noone answered
kodwa akekho owangiphendula
there were bats close to me
kwakukhona amalulwane eduze kwami
they flew (bats)
ayendiza
I was hungry indeed
nangilambile impela
to dream
phupha
tears
izinyembezi
the trees moved about in the cold wind
imithi yayinyakaza emoyeni obandayo
their branches were dreadful
amagatsha ayo ayesabeka
it was like
ayefana
witches
abathakathi
i did not have matches
ngangingenawo umentshisi
i am going to die on these big quiet mountains
ngizofa ezintabeni lezo ezinkulu ezithule
i longed so much to see my friends
ngangifisa kangaka ukubona abangane bami
what it was
ukuthi kwakuyini
I was struck with fear
ngashaywa uvalo
fear was finishing me
uvalo lwangiqeda
to shiver
qhaqhazela
it was not necessary to do that
kwakungafanele ukuba ngenze lokho
to disappear
nyamalala
I fell
ngawa
I hit my head on a hard thing
ngashaya ngekhanda entweni elukhuni
it was a big rock
kwakuyitshe elikhulu
I was still not able to move
ngangingasakwazi ukunyakaza
I fainted
ngaquleka