8. Isihlahla Somnduze Flashcards
Sisho ukuthini isihloko?
Isihlahla somnduze= the lily tree
Yini engajwayelekile (unusual) ngezihlahla somnduze?
Yize kungajwayelekile ukuthi isihlahla somnduze sikhule sibe sikhulu kangangokuba ungaze uhlale phansi kwaso,
Yini ucwaningo (research) uveze?
ucwaningo luveza ukuthi ezindaweni ezithile eAfrika siyakhula. Kanti kusengenzeka ukuthi imbongi iyangathekisa.
Yini igama isihlala somnduze?
African Lily Tree (Spathodea campanulata).
Kungani imbongi ibhala inkondlo?
Imbongi ibhala lenkondlo lapho isondela esihlahleni somnduze bese ihlala phansi kwaso nesithandwa sayo.
Istanza 1, ubani umbongi ibizela bahalale phanzi kwesihlala somnduze?
Isithandwa sakho
Istanza 1, yini umbongi ubuze uthandwa sakho?
Njengoba behlala imbongi icela ukuthi othandiweyo wayo akakhe umnduze amfunze. Kungenzeka izimbali zomnduze ziyadleka.
Istanza 1, yini umoya yenkondlo?
Kunomuzwa wokweneliseka nokujabula lapho imbongi ifunzwa umnduze. Sizwa ngamagama athi cosololo nokugubha kwenhliziyo.
Istanza 1, kungani umbongi akaboni?
Imbongi ize izulelwe yingqondo ize ingasaboni kahle emehlweni ngenxa yothando.
Istanza 1, kungani uthandwa kambongi ibabaze imbongi?
Ize ibabaze imbongi lapho icabango ngendlela esithanda ngayo isithandwa sayo.
Istanza 1, benzani behleli ngaphansi kwesihlahla?
Babe sebehlala phansi, bephumula ngaphansi kwalesi sihlahla, becabanga ngothando lwabo.
Istanza 2, ineliseka ngani imbongi?
Imbongi ibonisa ukweneliseka ngesithndwa sayo, isho ukuthi isiphelele lapha ayisadluli.
Istanza 2, Imbongi ithi uthando lwayo malwenzeni?
Amadolo asekhathele ngakho ithi imbongi abaqhube isikhathi, ngokubuka amafu amhlophe namnyana okungaba wukuthi bake babheke okuhle nokubi asebedlule kukho njengezithandani. Uma ibheka la mafu iphinde ibone izithunzi zabo bobabili.
Istanza 2, ithini imbongi ngabo ngokushiya kwabo izwe?
Imbongi inquma ukuthi abasale sebeqa babaleke kuleli zwe.
Istanza 2, imbongi ithi isithandwa sayo sidleni?
Imbongi iphinde icela ukuthi isithandwa sayo ukuthi idle umnduze , ugijimisa igazi.
Istanza 2, Yini sithandwa sibuza isikhulumi?
Icela ukuthi asimhlebele isithandwa sintshele ukuthi siyamuthanda.
Istanza 2, Yini ebangela isithandwa sibe namehlo abomvu?
Kunalokho isithandwa sivele sibe namehlo abomvu, sibibitheke sikhale izinyembezi zibe amathantala.
Istanza 2, Isikhulumi sisithulisa kanjani isithandwa sayo?
Imbongi iyasithulisa isithandwa ngokusinika umnduze bese ethi asisodele kuye asange.