4. Isiqhinigi SaseRobben island Flashcards

1
Q

Yini umqondo wenkondlo?

A

Le nkondlo ikhuluma ngesiqhingi sodumo, iRobben Island. Lesi siqhingi sasifana neNyuvesi ngoba abantu abaningi bathola imfundo ephezulu kuso. Abantu ababoshwa eRobben Island bathola ithuba lokuhlangana basebenzisane.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
2
Q

Yini imbongi umema abafundi?

A

Imbongi imema abantu baseNingizimu Afrika ukuthi mabeze bazona lesi siqhingi. Lesi siqhingi saziwa emhlabeni wonke. Kwabanye saba yimpumelelo, kwabanye sehluleka.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
3
Q

Yini umoya wokuthukuthela le nkondlo, chaza kungani?

A

Le nkondlo ingaba nomoya wokuthukuthela. Omunye kungamthukuthelisa ukufunda ngalesi siqhingi okwakuboshwa kuso abantu abangenacala abanjengoMandela.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
4
Q

Yini umoya wokujabula le kondlo, chaza?

A

Ukhona umoya wokujabula kule nkondlo. Kuyathokozisa ukubona ukuthi isu laMaBhunu lokwehlukanisa (isolate) amaqhawe ethu aliphumelelanga, bahlangana basebenza ndawonye.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
5
Q

Yini uhlobo lwekondlo?

A

Inkondlo Elandisayo/ i-Ephiki.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
6
Q

Yini indikimba?

A

Ipolitiki (umbusazwe / umbangazwe).

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
7
Q

Yini umlayezo?

A

Kubalulekile ukuthi sihambe siyobona isiqhingi iRobben Island.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
8
Q

Yini uhlobo lwenkondlo?

A

Inkondlo elandisayo. Le nkondlo isitshela ngomlando weRobben Island.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
9
Q

Umugqa 1: “Utshiloza wedwa ………..”, yini isifenqo?

A

Ukwenzasasilwane: Ukutshiloza ukukhala kwenyoni.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
10
Q

Umugqa 3: “Ubungazwa yimvelo”, yini isifenqo?

A

Ukwenzasamuntu

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
11
Q

Umugqa 8: “Wawafukamela………”, yini isifenqo?

A

Ukwenzasasilwane

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
12
Q

Umugqa 8: “…………….. kuhle kwesikhukhukazi”, yini isifenqo?

A

Isifaniso, ngoba imbongi itho “kwe-“ futhi uqhathanisa lesi siqhingi nesikhukhukazi.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
13
Q

NOTE: Ubuningi bale nkondlo imbongi isebenzise _____________ ngoba ikhuluma neRobben Island sengathi ikhuluma nomuntu.

A

ukwenzasamuntu

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
14
Q

Humusha: ‘isifundazwe’

A

Province

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
15
Q

Kuphi isiqinigi saseRobben Island?

A

uNtshonalanga eKapa

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly