2. Ngikhathele ngidiniwe Flashcards
Chaza, “Ngidiniwe”
Ngicasukile (I am angry)
Chaza, “Ubhici”
Ukungaboni kahle (Rheum /kind of eye discharge from eyes)
Chaza, “Uyinkathazo”
Uyinkinga (You are a nuisance)
Chaza, “Udoba”
ulutha (lure)
Humusa “Opopayi”
cartoons
Chaza, “mfishimfishi”
amanga (fake/unreal)
Chaza, “Uvucu”
Okungenamsebenzi (junk)
Chaza, “ovila voco”
Umuntu akafuni umsebenza (lazy bones)
Kungani ingane ukwesba sentshebe?
ngoba ukuqhamuka kwezinto ezingemukelekile
Sisho ukuthini isihloko?
Imbongi le ekulesi simo sokukhathala kanye nokudinwa
Hlobo luni lwenkondlo lolu?
Le nkondlo iyisonethi ngoba inemigqa eyishumi nane. (because it has fourteen lines) noma Ngenxa yokuthi imbongi iyagxeka, igxeka umabonakude kwenza le nkondlo ibe yiSathaya. (Because it critisises a television, therefore its a Satire.)
Yini indikimba yenknodlo?
Ezokuxhumana nobuchwepheshe besimanje (Communication and mordern technology)
Yini umoya wenkondlo?
Le nkondlo inomoya wokukhathazeka (Devastated) kanye nokuxwayisa (raising wareness) ngezenzo zikamabonakude ezingaba nomthelela omubi.
Yini Umlayezo lenkodlo?
Imbongi iyasexwayisa ukuba siqaphele uma sisebenzisa izinto zokuxhumana nobuchwepheshe besimanje. Ubuchwepheshe siqaphele futhi ikhuthaza ulimi olungafanele kanye nobahlale bebila.