1. Izimpisi Flashcards
Chaza, “Izimpisi”?
Ngabantu abangabazenzisi / amaxoki (back stabbers)
Chaza, “Ukugqoka isikhumba semvu”?
Ukuba ngumkhohlisi (a hypocrite)
Chaza, “Unya”?
Inzondo (envy)
Chaza, “Elimhlophe ziliveza”?
Ukuhleka inhlinini (pretend/ fake smile / grin)
Chaza, “Ukubeka amabala”?
Ukugxeka (criticize)
Sithini isihloko?
Isitshela ngezilwane ezaziwa njengezinja zasendle (wild dogs)
Abantu bafana kanjani nezinja zasendle?
ngoba nabantu abangabakhohlisi (deceitful)
Zenzani izinja zasendle?
ukulimaza kumbe ukuhlasela kungazelelwe (unexpectedly).
Ingabe isihloko siyiqiniso?
Yebo, ngoba empilweni sinabo (In life we do have) abantu abaziphatha (who conduct themselves) njengazo lezi zilwane.
Kungani umuntu alutheke?
Umuntu angaze alutheke (fooled) acabange ukuthi bayamthanda kanti bayazenzisa (they are pretending), nokuthi lapho ungazelele bakwenze into embi ngenxa yomona.
Hlobo luni lwenkondlo, chaza?
Iphinde ibe yisathaya ngoba imbongi izwakalisa ukugxeka izenzo (actions) zalolu hlobo lwabantu.
minngaki imigqa inkondlo?
Lesi sitanza sakhiwe yimigqa eyisishiyagalombili engalingani
Inkondlo ivalekile noma ivalukile?
evalekile ngoba ineziphumuzi (punctuation)
nika ukwenzasumuntu
Imigqa 1 no 2
Imiphi izinzwa (senses) esetshenziswe enkondlweni?
ukuthinta (touch)- zingibeka amabala
Ukubona (see) – Azifuni ukubona