udondolo lukagogo poem Flashcards
hlobo
Le nkondlo iyilirikhi ngoba imbongi iveza imizwa yembongi ngothando enalo
ngogogo wayo.
umoya
Umoya wokutusa nothando: Imbongi itusa udondolo lukagogo ngemisebenzi emihle eliyenza empilweni yesalukazi.
indikimba lenkondlo
Izinto ezibalulekile empilweni / udondolo ngoba inkondlo
ikhuluma ngokubaluleka kwenduku esiza ugogo wembongi ukuze
akwazi ukuhamba.
Umyalezo wenkondlo
Le nkondlo isifundisa ngokubaluleka kwezinto ezibukeka zincanekodwa
zinomsebenzi omkhulu ezimpilweni zethu njengalo udondolo
ikhuluma le nkondlo
Kule nkondlo imbongi ikhuluma nento engaphili okungudondolo,
kodwa ungafunga ukuthi ikhuluma nomuntu ophilayo ngenxa
yemisebenzi eyenziwa yilolu dondolo.
ukwenzasamuntu
imigqa 7,8,9
isifaniso
umugqa 6
izinzwa
yokubona - line 12