Izimpisi poem Flashcards
hlobo
Iyilirikhi ngoba imbongi iveza imizwa yayo ngalolu hlobo lwabantu ebabiza ngezimpisi.
Izinzwa ezitholakala enkondlweni
Ukuthinta – zingibeka amabala
Ukubona – Azifuni ukubona
indikimba
Umona: Ngoba ukuziphatha kwalolu hlobo kubantu kuvamise ukudalwa yinkinga
yomona. Imbongi ize isebenzisa amagama athi “Abafuni ukubona omunye umuntu
enotho”.
umoya
Wokwexwayisa ngoba imbongi yexwayisa isizwe ngalolu hlobo lwabantu
abayingozi. Iphinde imbongi iveze umoya wobuhlungu ngezenzo zalolu hlobo
lwabantu.
Ikhuluma ngani inkondlo?
Le nkondlo ikhuluma ngabantu esiphila nabo abenza sengathi bayasithanda kanti
basidla izithende (bayasikhohlisa).
Umyalezo / Isifundo
Imbongi ithi qaphela abantu abaseduze, ikakhulukazi labo abenza sengathi bayakuthanda kodwa bathi, “lala Luluza nkikwengule,” okusho ukuthi “uma ungamangali, bazokulimaza.” Abakaze bakuthande, abantu abanomona nje.
ukwenzasamuntu
imiqga 1 & 2 & 3
ihaba
umuqga 4
izimpisi
hyenas
evil
zinonya
haters
izimfamona
jealous
enomona
behind your back
ngemuva kwakho