injabulo poem Flashcards
ukwenzasamuntu
imigqa 1, 10 , 18
isifaniso
imigqa 9, 15
hlobo
iylirikhi ngoba imbongi iveza imizwa yayo ngenjabulo nokungumuzwa ewuzwa kuyo ngaphakathi.
indikimba
Injabulo ngoba imbongi ikhuluma ngomuzwa enawo wokujabula.
umoya
umoya oxubile
- wokujabula ngoba lo muzwa imbongi iwuveza lapho ichaza khona indlela ezizwa ngayo ngenxa yento ethile engaphakathi kuyo neyisisusa sokujabula kwayo.
-wokukhuthaza ngoba imbongi ikhuthaza injabulo ukuba ingayishiyi kodwa ihlale endaweni ephephile emzibeni wayo nokuyisekujuleni kwenhliziyo yembongi
ikhuluma le nkondlo
le nkondlo ikhuluma ngembongi egajwe ngumuzwa wenjabulo kodwa okungacaci kahle ukuthi le njabulo yayo iqhamuka kuphi.
Isifundo senkondlo / Umyalezo (lesson)
Kule nkondlo sifundiswa ukuthi kufane sizijabulele izipho esiziphiwa
uMdali ezinjengabantwana bethu.