Indoni yamanzi poem Flashcards
Ifanangwaqa
- Izimbokodo zamehlo akho bezenza umuntu
ancibilike,
Ifanankamisa
- Izimbokodo zamehlo akho bezenza umuntu
ancibilike,
Indikimba
Ukufa ngoba imbongi ikhuluma ngothando
lomuntu ongasekho emhlabeni.
Umoya wenkondlo
Umoya wosizi nokukhathazeka:
- imbongi ikhuluma ngosizi lokufa kwamantombazane
Umoya wothando:
imbongi izwakalisa uthando enalo isitha sale ntombazane
Isigqi
Siyanensa/ siyacotha (slow)– ngoba imigqa
eminingi yale nkondlo ivalekile
Isifaniso
- Kuthi olubukayo anconde kuhle komuntu ecezwa,
- Lwamazinyo amhlophe njengeqhwa.
Ukwenzasamuntu
- Kanti nawo uzokuphendukela,
start and end rhyme
okutshekile
skip a line rhyme
eyeqanayo
front back double rhyme
okuyisiphambano
Umqondo wenkondlo
Le nkondlo ikhuluma ngentokazi enhle futhi eyabe insundu ngebala “indoni yamanzi”
Umbhali/
Nhlakanipho Zulu
Uhlobo lwenkondlo
i-eleji ngoba inkondlo ibhaliwe idlule inkathi futhi ikhuluma ngowesifazane ongasekho
izinzwa
Yokubona - qalaza
Yokulalela - landise
rhetorical question
Umbuzombumbulu