Present Tense Negative Flashcards
the students are not naughty
abafundi abagangi
sister does not play
udadewethu akadlali
the cat does not drink
ikati aliphuzi
the child does not learn
ingane ayifundi
the men do not buy
amadoda awathengi
we do not buy the clothes
asithengi izingubo
the old man does not smoke ugwayi
ikhehla alibhemi ugwayi
i do not drink water
angiphuzi amanzi
the cats do not drink milk
amakati awaphuzi ubisi
you (s) do not hate dogs
wena awuzondi izinja
the chiefs do not buy cars
amakhosi awathengi izimoto
the dog does not drink water
inja ayiphuzi amanzi
the old man does not drink beer
ikhehla aliphuzi utshwala
the student does not drink tea
umfundi akaphuzi itiye
we do not knit the jerseys
asiluki amajezi
I don’t cook
angipheki
we don’t help
asisizi
you don’t eat alot
awudli kakhulu
you all don’t speak
anikhulumi
brother does not drink
umfowethu akaphuzi
people don’t ask for help
abantu abaceli usizo
the person doesn’t ask for help
umuntu akaceli usizo
the teachers don’t teach
Othisa abafundisi
the medicine is not bitter
umuthi awubabi