Enza, Azi, Khona Flashcards
ngi
ngiyenza/ ngenza
ngiyazi/ ngazi
u
uyenza/ wenza
uyazi/ wazi
i
iyenza/ yenza
iyazi/ yazi
si
siyenza/ senza
siyazi/ sazi
ni
niyenza/ nenza
niyazi/ nazi
ba
bayenza/ benza
bayazi/ bazi
zi
ziyenza/ zenza
ziyazi/ zazi
Jane is making tea
UJane wenza itiye
the dogs are making a noise
izinja zenza umsindo/ zibanga umsindo
what are you doing?
wenzani wena?
what do you know?
wazini wena?
I want to know
ngifuna ukwazi
they want to make tea
bafuna ukwenza itiye
negative of enza
angenzi, awenzi, akenzi, ayenzi, asenzi, anenzi, abenzi, azenzi
negative of azi
angazi, awazi, akazi, ayazi, asazi, anazi, abazi, azazi
not there
angikho, awukho, akekho, ayikho, asikho, anikho, abakho azikho
i am able
ngiyakwazi
Joyce can sew
Ujoyce uyakwazi ukuthunga
can you drive a car?
uyakwazi ukushayela imoto na?
the child cannot read
umntwana akakwazi ukufunda
I ought to go now
ngifanele ukuhamba manje
to ought to
fanele uku
he ought not to drink alot
akafanele ukuphuza kakhulu
we should not talk like this
asifanele ukukhuluma kanje
they should go now
kufanele bahambe manje
we ought not to stay
akufanele sihlale
time to
isikhathi soku
place to
indawo yoku
time to rest
isikhathi sokuphumula
place to sleep
indawo yokulala
there is a place to wash
kukhona indawo yokugeza
there is no time to play
asikho isikhathi sokudlala
there is no place to eat
ayikho indawo yokudla
to stop doing a physical action, leave off, discontinue
yeka
to stop, wait, physically stand
yima
stop that
yeka lokho
stop taking
yeka ukukhuluma
stop there
yima lapho
hold on a while
yima kancane