Ngikhathele Ngindiniwe Flashcards
Ngindiniwe
Ngicasukile
Ubhici
Kwesinye isikhathi lolu lwelwe lungadalwa ukubuka endaweni eyodwa isikhathi eside
Isici
Isilingo
Bhaceka
Nameka
Uyinkathazo
Uyinkinga
Udoba
Uyenga
Opopayi
Izinto ezingesilona iqiniso
Mfishimfishi
Amanga
Uvucu
Yize leze
Amavila
Abantu abanqena ukusebenza noma ukucabanga
Abahlale bebila
Bethukile
Isivalo sentshebe
Izinto nje ezingamukelekile
Ukugqoloza
Ukubuka endaweni eyodwa isikhathi eside
Izimo zenkhulumo
Amehlo ami agcwele ubhici- Angibona kahle
Ukukhala kwesivalo sentshebe- ukuqhamuka kwezinto ezingemukelekile
Uhlobo lwenkondlo
Iyisonethi- inemigqa eyishumi nane
Isathaya -ngoba imbongi iyagxeka
Iyilirikhi - iveza imizwa yembongi
Izifenqo
Uyinkathazo- isangathekiso
Udoba izingane- ukwezasamuntu
Izinzwa
Yokuthinta- esibhacekwe
Yokubona- ezogqolozela
Indikimba
Ezokuxhumana nobuchwepheshe besimanje
Ikhuluma “ngomabonakude”
Umoya
Inomoya oxubile
Ngoba inomoya wokukhathazeka kanye nokuxwayisa
Umlayezo
Imbongi iyasexwayisa ukuba siqaphele uma sisebenzisa izinto zokuxhumana nobuchwepheshe besimanje.