Izifungo Flashcards
Umlingiswa omkhulu
NguZethembe ngoba unezinkinga kusukela ekuqaleni kufika ekugcineni, uNkosikazi wakhe uBuhle
uZethembe
Unenhliziyo enhle- waxolela uBuhle
Ubuthakathaka ngoba ulawulwa nguBuhle
Unesibindi ngoba wahlukana noBuhle
uBuhle
Uthanda abantu besilisa- uhamba njalo abuye ekuseni
Akanahlonipho- udelela umyeni wakhe
Akathembikile- wayethandana futhi ekhohlisa umyeni wakhe
uNkosikazi
uNozipho
Unothando
Uthembekile
Ulungile
Yini Izifungo
Izethembiso
Ezinziwa ngumyeni nenkosikazi uma beshada, uZethembe noBuhle benza izifungo phambi kwesonto noNkulunkulu bathi bayohlukaniswa ngukufa.
Isikhathi
Samanje futhi ngosuku olulodwa ngoba kukhona iselula, izehlukaniso
Indawo
Yenzeka endaweni eyodwa (eMlazi)
Indawo yesedolobheni
Inhlalo
Bayathandana futhi basebenza kahle, bathanda ubumnandi
Ezimbi ezenziwa
Waqamba amanga
Wakhipha izisu
Waphuza utshwala
Wathengisa umzimba
Yebo noma cha
Cha
Ngoba wenza izinto eziningi ezimbi
Abalingiswa
UZethembe
UBuhle Magwaza
UNozipho
Umlingiswa oqavile
UZethembe Cele
Inkinga yakhe
UBuhle ufuna babuyelane kanti yena useshadile
Imigomo
Amakhasi ayishumi nambili.
Bathathu abalingiswa
Yenzeke ngosuku olulodwa.
Inesigameko esisodwa
Ingwijikhwebu
Izifungo zivuselelwa nguNozipho noZethembe, hhayi uBuhle
Indikimba
Ukungathembeki
Nokingabi nesimilo
Uxolo