uMbhele Flashcards
Abalingiswa (Characters)
Usebenza kuphi uMbhele?
unguthishanhloko esikoleni eDlangezwa.
Yimuphi umsebenzi awenza ngaphambi kokuba uthishanhloko?
waqala wasebenza njengephoyisa.
Kungani wayeka ukuba yiphoyisa?
wabambela ukapteni washiya ngoba akasitholanga isikhundla.
Ukhule kanjani uMbele? (2)
Wakhula kanzima wazifundisa ukuqeda ibanga -12 esebenza emajalidini ngoba uyise wayenesandla esiqinile ebashaya.
Ungumuntu onjani uMbele? (5)
- uyazimisela usebenza kanzima.
- Unguzwilakhe; imigomo yakhe yokuphatha ikhaya ayiphikiswa.
- Akamlaleli futhi akamhloniphi uMaNgcobo.
- Akaziphethe kahle.
-Unenhliziyo encane/uyadelela.
Kungani izingane zakhe ziyamesaba?
ngoba wayenesandla esiqinile eyiphoyisa namanje unesandla esiqinile esikoleni esinezinsimbi zakhe.
Yini izingane zakhe ezingavunyelwe ukuyenza?
akavunyelwe ukukhuluma nabafana.
Yini ayikholelwayo?
ukuthi izingane ezigangile kufanele zishaywe.
Uphelelaphi uMbele?
Akaziphethe kahle: uyahamba ekhaya angaziwa ukuthi uyephi angabuyi aze abuye ngakusasa.
Kungani engenanhlonipho?
ngoba ngesikhathi eyolanda untombi kwaNdelu akazange abingelele wafike wafuna uNtombi.
Uyamthanda uNtombi?
yebo ngoba wayethukuthele uma ezwa ukuthi izigebengu zishayise uNtombi zabaleka.