Udweshu Flashcards
uPhindile akazi ukuthi abasafiki ngani abazali bakhe (olwangaphakathi)
“Phindile doesn’t know when her parents will arrive (inside story).
Uyakhala bashonile abazali bephucwa itekisi (olwangaphakathi).
She cries when she sees her parents’ bus being delayed (inside story)
Babomdala uxabana noChris kubangwa ozohlala noPhindile.
An adult clashes with Chris, supposedly because he’s always with Phindile.
UChris udlwengula uPhindile endlini, kwaze kwaba kathathu
Chris assaults Phindile at home, it happened three times.
Uyobika emaphoyiseni, awamnaki futhi ayamhleka.
The police insults her publicly and laughs at her.
Uyobika kuMaShezi, uyamxosha uthi ubhangqa abafana
MaShezi thinks that she is fooling around with other boys (says she is cheating on her boyfriend, now he beat her)
Sekubikwe kuMaXaba, uyamthuka uthi ungcolile uqambela uChris amanga.
It’s mentioned to MaXaba; he insults her saying she’s a troublemaker, Chris defends his lies.
UThulani ushaya uSbonelo ngoba ethi uPhindile yizibi zeTheku, uxabana noJabulani umfowabo.
Thulani fights Sbonelo because he said Phindile is a Durban slut; he clashes with his friend Jabulani.
UThulani wala uMabusi ngoba ethe akakhethe phakathi kwakhe nomahosha
hulani fights Mabusi because he couldn’t choose between him and his work.
. UVusi ucela uPhindile ayofakaza ecaleni likaChris, akafuni.
Vusi asks Phindile to testify against Chris, she refuses.