Onjani Umuntu Obizwa Kanje Flashcards

1
Q

Isoka

A

Umuntu wesilisa onezintombi eziningi.

Person with more than 1 girlfriend.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
2
Q

Impohlo

A

Umuntu wesilisa osemdala kodwa ongashadile.

Bachelor

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
3
Q

Umfelwa

A

Umuntu wesilisa owashonelwa unkosikazi wakhe.

Widower.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
4
Q

Umjendevu.

A

Umuntu wesifazane osemdala kodwa ongashadile.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
5
Q

Umfelokazi.

A

Umuntu wesifazane owashonelwa umyeni wakhe.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
6
Q

Ipatshazi.

A

Umuntu wesifazane omuhle kakhulu.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
7
Q

Indoni yamanzi

A

Umuntu wesifazane omuhle kodwa omnyama ngebala.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
8
Q

Igwivi

A

Umuntu wesifazane ongekho muhle. (Ugly)

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
9
Q

Intandane

A

Ingane eyashonelwa abazali. (Orphan)

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
10
Q

Uzinyobulala

A

Ingane eyodwa kubo (akekho ubhuti noma usisi).

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
11
Q

Inhlongandlebe

A

Ingane engalaleli uma itshelwa.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
12
Q

Ikloza

A

Umuntu othanda kakhulu inyama.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
13
Q

Isela

A

Umuntu othatha izinto zabanye abantu enganikwanga. (Thief)

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
14
Q

Impumputhe

A

Umuntu ongabani emehlweni.

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
15
Q

Untanga

A

Umuntu olingana nawe ngeminyaka. (Equal in age)

How well did you know this?
1
Not at all
2
3
4
5
Perfectly
16
Q

Isishimane.

A

Umuntu wesilisa ongathandwa izintombi.