Izifungo Flashcards
Izifungo
Izibopho ezenziwa ngabantu abazoshada ukuthi bavuma ukuthanadana ngaphakade
UZethembe Cele
- Onothando lweqiniso +owethembekile=uhlukumezwa nguBuhle
- Usathembekile +uyindoda enothando okukhulu lomndeni wakhe
- Ushesha ukuthatha izinqumo (uBuhle usesikolo uma bashadile)
=enomgogodla
UNozipho= intombi entsha
UBuhle Magwaza
- Ongakwazi ukucabangela omunye
- Akaziphatha kahle= ulala ngaphandle azidayise ngomzimba
- Unesibindi: unekani uma ufuna into=ucela uZethembe ukuthi babuyelane
Ufuna ubabuyelane=usebenza izifungo uku
Usehlala engcolile
UNozipho
Eqotho +enothando, ehlakaniphile+uyamethemba uZethembe
Uye enkonzweni kaNtulikazo
Zinhle
Shame
Inhlazo
Forgiveness
Intethelelo
In good and bad (vow)
Ebuhleni nasebhubhini
When you dumped me
Ungilahlisa okwenyongo yenyathi
I will not fall for that
Angiyigibeli leyo bhasi
Smell of alcohol
Iphunga lezinkamba
I was deceived by the devil
Ngangiduswe uSathane
Over my dead body
Klibhi klolo!
Izenzo zeBuhle zokukhuluma noZethembe
- akamosha isikhathi ukutshela izathu zakhe
- sibuyisane
- umbiza umyeni wakhe
- Uyaxholisa ngezenzo kodwa ukhombisa abangane
- izifungo=ashintshe umqondo ngobuqili
Izenzo zikaZethembe ngokukhuluma
- ucasukile, umangala
- uthi kuBuhle angabiza umyeni
- uthe uBuhle udabuka izifungo
- kuyavuka ukuhlanya
- uthe umuntu owenza izinkinga uyakhala
- isinqumo sokugcina: akazovuma ngesicelo
- ufunga noNozipho
Izenzo zikaBuhle edlule
- ulahla emba eqolo yedayimane
- wazidayisa ngomzimba
- wabuye udakiwe nendoda
- usikhipha isisu x2
Izindikimba
Ukungathembeki
Uxolo
Ukungabinayo nayo inhlonipho
Ukungathembeki
- UBuhle uyenza izinto ezidabuka ithemba likaZethembe: ukhiphisa isisu, uzidayisa ngomzimba, ungena kwemoto kabanye amadoda, ugqoka isighebhezane, ulahlisa indandatho
Uxolo
- Buhle ucela uxolo lweZethembe, uxolisa ngezenzo zakhe
Isikhathi
- UBuhle uthola izingcingo kumakhalekhukhwini ezivela kwabantu absilisa
- Indlela uBuhle ugqoka, izingubo ezimfishane
- UZethembe usebenza isibhamu
Indawo
Indlu kaZethembe eMlazi
Indlu kaZethembe noBuhle eMbumbulu
iSibusisiwe High School
Isimo senhlalo
Asihle: bahlala ngokuxabana
Baphila sezezimali = indandatho yedayimane, uhamba ngemoto ophambili
Udweshu lwangaphandle
Baxabana ngoziphatha kanjani uBuhle
Udweshu lungaphakathi
uZethembe ungkwazi ukulahla uBuhle noma ukugcina ngothando
Isifundo
Yonke izinto uyenza impilweni inemiphumela