Izaga Nezisho Flashcards
proverbs & idioms
Inja nekati
abantu abangazwani
inkukhu nempaka
izitha( opposites/ enemies)
ukugana unwabu
ukudinwa
ukucela unwabu
ukugijima ngejubane/ ukubaleka
izimpethu zendlovu
abantu abaningi
kazi iyozala nkomoni
asazi uku kuzokwenzakalani
kukhona okushaya amanzi
kukhona ongalungile
inkunzi isematholeni
umholi wakusasa besentsheni (the leaders of tomorrow are in the youth)
inja iyawaqeda amanzi ngolimi
ukubekezela (to be patience)
inkomo ingazala umuntu
yinto engasoze yenzeka
ukuqhuba imbuzi
ukudagwa
ukusenga ezimithiyo
ukuqamba amanga
inkukhu inqunywe umlomo
ukungazee ukuthi uthini
ikati lilele eziko
akukhi ukudla
ingwe idla ngamabala
umuntu othandeka ngezenzo zakhe
akundlovu yasindwa ngumboko wayo
akekhi umuntu ohlula umthwalo wakhe
ugwayi nenlaba
abangani abakhulu
amathee nolimi
ukuzwana kakhulu (insepatable people)
unesandla
ukuntshontsha
ukukhala esikaNandi
ukukhala kakhulu
ilanga lingawa licoshwe yizinkukhu
yinto engasoze yenzeka
inhlanzi ishelwa ngamanzi
ukupphelelwa amaqhinga
injalo iphuma edunjini
ingane yiamfuza umzali wayo (positively)
ukhamba lufuze imibiza
ingane yiamfuza umzali wayo (negatively)