ITHEMBA LAMI POEM Flashcards
UMQONDO WENKONDLO
INGANE ESHONILE (NTOKOZO) IBIGULA. UMZALI WAKHE WAYENGAKWAZI UKUYISIZA WAYIBONA ISHONA
UHLOBO LWENKONDLO
I-ELEJI
INDIKIMA (THEME)
UKUFA
UMOYA WENKONDLO
IMBONGI:
IYALILA.
IYAKHALA. ( NGIKOSHONA KUKANTOKOZO)
IGCWELE USIZI. (USHONE ESEMNCANE)
IHABA
NGEMVULA YEZINYEMBEZI
ULAYINI 1
IMBONGI ITHI ISALIIZWA IZWI LENGANE YAYO
ULAYINI 2
IMBONGI ITHI LEO LIZWI LALIYILETHELA UBUHLUNGU BENHLIZIYO
ULAYINI 3-4
IMBONGI ITHI LAWO MEHLO AYELETHA USIZI KUYONA QEDE IKHALE
ULAYINI 5-6
IMBONGI ITHI LAWO MEHLO AYEYENZA IFILKELWE UBUHLUNGU BOKUTHI YAYINGAKWAZI UKUSIZA INGANE
ULAYINI 7
IMBONGI ITHI UBUHLUNGU OBEBUZIWA YINGANE BUYENZE YAKHALA IZINYEMBEZI
ULAYINI 8-9
IMBONGI ITHI YAYINGAZI NGISHO NOKUTHI YAYINGASIZA NGANI LE NGANE NGOBA YAYINGAZI NGISHO NOKUTHI UBUHLUNGU BABUKUPHI
ULAYINI 10
INGANE LE YAYIKHALA KUPHELA, INGASHO UKUTHI KUBUHLUNGU KUPHI
ULAYINI 11
IMBONGI ITHI ILIMELE EMPHEMFUMULWENI, IZWA UBUHLUNGU ENHLIZIYWENI
ULAYINI 12
IMBONGI ITHI AYAZI UKUTHI LOBU BUHLUNGU OBESENHLISYWENI BUSOPHELA KANJANI FUTHI NINI
ULAYINI 13
IMBONGI ITHI INGANE YAYO IHAMBE KABUHLUNGU OKWENZA KUBE NOBUHLUNGU OBUKHULU ENHLIZIYWENI