Analysis: Umkhuleko wendlamanzi Flashcards
1
Q
Indikimba
A
Utshwala/ Indlamanzi
2
Q
Umqondo wenkondlo (3)
A
- Le nkondlo ikhuluma ngomuntu othanda utshwala kakhulu.
- Imbongi ithi lo muntu uze athathe ngisho Imali yakhe yokugcina ngoba efuna ukuthenga utshwala.
- Ngenxa yokuthanda utshwala useyahlupheka.
3
Q
Uhlobo
A
Inkondlo isathaya, imbongi igexa ngokubhuqa isidakwa lesi esixolela ukuhlupheka, singabi namuzi ngenxa yotshwala.
4
Q
Umoya (3)
A
- Le nkondlo inomoya wokugxeka nowokudumala.
- Imbongi igxeka ngokubhuqa isenzo salo muntu sokuthi athathe imali yakhe yokugcina athenge utshwala.
- Imbongi idumele ngoba lo muntu uxolela ukuthi ahlupheke ngenxa nje yokuthanda utshwala.
5
Q
Umlayezo
A
Ukuphuza utshwala kakhulu kungabulala ikusasa lapho.
6
Q
Isiqi
A
Isiqi sale nkondlo sithi siyanensa ngoba imigqa eminingi futhi ivalekile.