Isahluko 1: Dialogues Flashcards
1: Sipho: Hi Thembo.
Thembo: Yes, hello Sipho, you’re sill here?
Sipho: Sanibona Thembo.
Thembo: Yebo, Sanibona Sipho, nisaphila?
1: Sipho: Yes, I’m here. And you, you still here?
Sipho: Yebo, ngisaphila. Nawe, usaphila?
1: Thembo: Yes, me too, I’m here. Where are you going?
Sipho: I’m going to the city.
Thembo: Yebo, nami, ngisaphila. Uyaphi?
Sipho: Ngiya edolobheni.
1: Thembo: Me too, I’m going there.
Thembo: Nami, Ngiya khona.
1: Thembo: I want to buy a shirt.
Sipho: I want to buy shoes.
Thembo: Ngifuna ukuthenga ihembe.
Sipho: Ngifuna ukuthenga izicathulo.
1.: Thembo: (m)asihambisane
Sipho: kulungile
Thembo: Let’s go
Sipho: OK!
2: Mrs. Bhengu: Hello Mrs. Dube.
Mrs. Dube: Yes, hello Mrs. Bhengu.
Nkosikazi Bhengu: Sawubona Nkosikazi Dube.
Nkosikazi Dube: Yebo sawubona Nkosikazi Bhengu.
2: Mrs. Bhengu: How can I help you?
Mrs. Dube: I want potatoes, coffee, tea, sugar, tomatoes, and bread.
Nkosikazi Bhengu: Ngingakusiza ngani?
Nkosikazi Dube: Ngifuna amazambane, nekhofi, netiye, noshukela, namasi nesinkwa.
2: Mrs. Bhengu: Okay. Do you want flour?
Mrs. Dube: No, not today.
Nkosikazi Bhengu: Kulungile. Ufuna ufulawa?
Nkosikazi Dube: Cha, hayi namuhla.
2: Mrs. Bhengu: How much is this?
Mrs. Dube: It costs ten rand.
Nkosikazi Bhengu: Malini lokhu?
Nkosikazi Dube: Kubiza amarandi angu 10 / ayishumi